Kuchwaze izinkundla zokuxhumana uBabes efaka isithombe esiveza izithende zezinqa

2017-10-06 18:00

Johannesburg - Akusiyo imfihlo ukuthi uBabes Wodumo unomzimba omuhle, njengoba ehlezi egqoka impahla eveza umzimba.

Isithombe sakamuva esifakwe yilesi sihlabani seculo iWololo ezinkundleni zokuxhumana sihlanyise abalandeli.

OLUNYE UDABA:UBabes Wodumo ezinsolweni zokweba iculo

Le Gqom Queen ogama layo lokuzalwa nguBongekile Simelane, ifake isithombe sayo isesiteji emcimbini othize yabhala yathi: "Ngiyawuthanda umsebenzi wami."

kodwa abalandeli bebengasakunakile konke lokho njengoba amehlo abe abethe njo esithombeni lapho egqokr khona isikhindi esiveza izithende zezinqa.

 - ISITHOMBE:

 - Twitter:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 16-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-29°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-27°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm. PE: 18-20°C Showers late. Decreasing cloudiness. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...