IZITHOMBE: UZodwa Wabantu ubonakale eWhite House eMelika

2018-04-23 19:31

Johannesburg – Hhayibo, besenizwile ukuthi uZodwa Wabantu uhambe waze wayofika qathatha eWhite House, ngabe umubonile na uDonald Trump? 

Le ntokazi eshaya amavosho ibihambele kuleliya lizwe ukuyonandisa, yase idlula naseWhite House eyozishayela ama-selfie kanti kuzoqhamuka uMengameli wezwe uTrump edlula nethimba lakhe.

"Kuthiwa akuvamile ukuthi umuntu akubone lokhu, ukubona uMengameli wezwe ungazange ungene ngaphakathi eWhite House," kusho le ntokazi ibhala ezinkundleni zokuxhumana.

NAZI IZITHOMBE:


The White House front entrance ???????? Starring Zodwa Wabantu??

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...