IZITHOMBE: USkolopad uthengelwe imoto entsha

2017-12-13 14:00

eGoli - Umama kaSkolopad usethathe isinqumo sokuthengela indodakazi yakhe imoto ngemuva kokubona ukuthi ingane yakhe ithwele kanzima ngokuba wumhlengikazi nokwenza umsebenzi wakhe wokuba uSkolopad.

Le ntokazi ithi umama wayo ubonile ukuthi uthwele kanzima ngale misebenzi yakhe yomibili wase emthengela lesi sipho ukuze akwazi ukuhambela imicimbi eyahlukahlukene.

OLUNYE UDABA:Ayaqina amahlebezi wokuthi umsakazi woKhozi uyoganela esithenjini

“Umama wami ubonile ukuthi ngithwele kanzima futhi bengilokhu ngisebenzisa imoto yami ukuhamba imicimbi. Ngeke ngikuyeke ukuba wuSkolopad ngoba kuyangithokozisa,”kusho le ntokazi.

USkolopad, 33, utshele abeDrum ukuthi umama wakhe akakaze abe nankinga ngoSkolopad kodwa akafuni asebenzise le moto entsha ukuhambela imicimbi kaSkolopad.

mine not yethu

A post shared by Queen Skolopad Qwabe (@vasilisa_skolopad) on

only my mom can keep me smilling this december

A post shared by Queen Skolopad Qwabe (@vasilisa_skolopad) on

- Drum

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...