IZITHOMBE: Usethathile umsubathi wakuleli oyintandokazi

2017-10-31 07:07

Johannesburg - Umsubathi wakuleli uWayde van Niekerk usethathe intombi yakhe yeminyaka, uChesney Campbell, wayenza umkakhe.

Lo mcimbi obungempelasonto ubuhanjelwe yizihlobo nabangani balezi zithandani.

Lo msubathi ubeconsa eshaye isudi yakhe emnyama kanti ubejabule kangangokuba uthathele ezinkundleni zokuxhumana ngeSonto ethi usekulangazelele kabi ukuthatha umkakhe.

Lo mcimbi ubuhanjelwe ozakwabo kwezemidlalo okubalwa kubo uCaster Semenya, Abigail Visagie, Akani Simbine kanye noMargo Fargo.

Nazi izithombe.

And the most important is love... ?? ?

A post shared by Wayde van Niekerk (@waydedreamer) on

- Drum

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 14-22°C Heavy rain. More sun than clouds. Mild. Bloem: 10-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...