IZITHOMBE: Umshado wesintu kaLetsholonyane noMpho Maboi

2018-03-27 16:00

eGoli -  Bekuyinjalo nothando lodwa ngesikhathi izihlobo nabangani behlanganyele ndawonye ukugubha usuku lothando lwezihlabani zakuleli ezimbili.

Umethuli wezinhlelo zemidlalo uMpho Maboi nomdlali webhola uReneilwe Letsholonyane babophe elikasofasilahlane ngomgcagco wesintu ngempelasonto.

Lezi zithandani bezivunule ngemvunulo yeseTswana kanye neyesiPedi.

Kulabo abebengamenyiwe kulo mcimbi, nazi izithombe, kubika iSowetanLive.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...