IZITHOMBE: Umrepha wakuleli eyokwembesa eThekwini

2017-04-10 09:31

Cape Town – Umrepha wakuleli, uKwesta, ubeyokwembesa ekhweni lakhe eThekwini ngoMgqibelo njengoba eqhubeka nokukhokha amalobolo esinqandamathe sakhe seminyaka.

Lona wumcimbi wesintu noyingxenye yokukhokhwa kwamalobolo nalapho khona umkhenyana embesa aphinde aphe izipho ezinhlobonhlobo kubazali bengoduso kanye nomndeni ngaphambi komshado.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Umembeso kumlingisi weSibaya

Lo mcimbi uza ngemuva kokuthi lo mrepha eye waqinisekisa ukuzibophezela ngokomshado kumama wengane yakhe emcimbini wamaMetro FM Music Awards ngaphambilini kulo nyaka.

Zibonele ezinye zizithombe zalo mcimbi lapha:

Speak louder bruh / You live with your baby moms but too scared to make an honest woman out of her - Nas

A post shared by KwestaDaKAR (@kwestadakar) on

.... And make her your bride...

A post shared by KwestaDaKAR (@kwestadakar) on

Looking gorgeous and too happy?? what a lovely couple #MEMBESOVIBES #WANITAKANGCOBO #CULTUREMEETSCOUTURE

A post shared by CULTURE · MEETS · COUTURE???? (@wanita_kangcobo) on

@lagoddess_beauty on the makeup. Thank you! I looked & felt beautiful ????

A post shared by Y O L A N D A M V E L A S E (@yonessalvv) on

??

A post shared by Y O L A N D A M V E L A S E (@yonessalvv) on

 

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-16°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...