IZITHOMBE: UKhanyi Mbau uwashintshe kahlanu ama-bikini ebhishi

2017-06-12 14:01

Cape Town – Usaziwayo wakuleli ongumethuli wezinhlelo emsakazweni kanye nakumabonakude, uKhanyi Mbau, obonakale eshintshashintsha okungenani izikhawu ezinhlanu ama-bikini esebhishi.

OLUNYE UDABA:BUKA: Indoda enemali ikwenzela yonke into kodwa uyakukhokhela: Khanyi Mbau

Lo mlingisi ophinde abe ngumculi kuyimanje usezintabeni ezikude nebhungu osekunesikhathi eside kunezinsolo zokuthi banobudlelwano bezothando nalo kanti abazibekile phansi njengoba belokhu befaka ezithombe ezehlukene enkundleni yezokuxhumana i-Instagram.

Kwenye yama-video, lezi zithandani zithe “zisendaweni eqhele kakhulu kubantu”.

Zibonele ezinye zezithombe zalo saziwayo lapha:

Thirst Day!!!! Swim two piece custom made by @teestylish_sa

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

Sunset Blv. Velvet swim wear by: @teestylish_sa @anna_liisa_kapandu hair..

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

Velvet on the beach designed by @teestylish_sa hair by @anna_liisa_kapandu

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

Back up... @missy_latelyswimsuit ?? Hair: @anna_liisa_kapandu

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

5 mins.... @missy_latelyswimsuit swim wear #??

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

Tracks.... velvet swim two piece by: @teestylish_sa #??

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uyashiya kwi-RGB umsakazi

2017-07-25 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Partly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...