IZITHOMBE: Osaziwayo bakuleli obungazi ukuthi bahlobene

2017-08-18 19:30

Cape Town – Kungenzeka ukuthi ubungazi ukuthi labo saziwayo bakuleli bahlobene.

OLUNYE UDABA: OweGenerations ulindele ingane yesine nesoka alithole ngonyaka odlule

UNomzamo kanye noZamani Mbatha

Lo mlingisi olingisa kumdlalo kamabonakude oluchungechunge, Isithembiso, ungumfowabo omncane womlingisi ongaconsi phansi kuleli, uNomzamo.

Blessed Beyond Measure ??

A post shared by Zamani (@zamani_mbatha) on

UBoity kanye noThickleyoonce

Lo saziwayo wakuleli weTwitter kanye nomlingisi, uLesego Legobane, nodume ngelikaThickleyoonce ungumzala kaBoity.

UBontle kanye noRefilwe Modisele

Lo methuli wohlelo iClub808, uBontle, ungudadewabo womkhangisi wengqephu, uRefilwe kanye noCandice, odlala indawo kaLerato, ongumngani kaLesedi.

UBucie kanye noJimmy Tau

Lo mculi kanye nalo mdlali webhola bangabazala ngoba omama babo bayizelamani.

An evening to honour and reward winners of 2016/17 PLS season. Good luck to all the nominees ????

A post shared by Jimmytau_2 (@jimmytau_2) on

U-Anatii noNoleen Malulwana-Sangqu

Lo mrepha ubiza lo saziwayo owayengumethuli wohlelo lwezingxoxo ngo-anti.

My baby Anatii. #30septber. #galager. #support

A post shared by Noeleen Maholwana-Sangqu (@noeleenmaholwanasangqu) on

UNthati Moshesh kanye noMoneoa

Lo makadebona womlingisi ungu-anti walo mculi.

On Saints & Sinners set

A post shared by Nthati Moshesh (@nthatimoshesh) on

Sunshine and Roses. ??

A post shared by The Rose (@moneoa) on

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Scattered showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 19-28°C High level clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Numerous showers. Cloudy. Mild. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...