IZITHOMBE: Ngabe usethenjiswe umshado uBabes Wodumo?

2017-04-17 13:58

Johannesburg - Kungenzeka yini ukuthi isihlabi somculo weKwaito uBabes Wodumo ogama lakhe lokuzalwa nguBongekile Simelane usethenjiswe umshado na?

UBabes usabalalise isithombe enkundleni yezokuxhumana i-Instagram 'egabisa' ngendandatho yakhe emnweni.

OLUNYE UDABA: UBabes Wodumo uthi akekho ozofana noMampintsha empilweni yakhe

Ngisho nabalandeli bakhe bayibonile indandatho njengoba omunye wabo ephawule ngokumbongela.

Kodwa sike samangala sibona kwesinye isithombe efake indandatho emnweni wayo ezinsukwini ezimbili ezadlule.

Ngabe usethenjiswe umshado uBabes Wodumo noma uzifakele nje?

IZITHOMBI: 

Ndengezi I'm here ????????????????????

A post shared by Bongekile Simelane (@babes_wodumo) on

Ingane ehamba isonto ??????????????

A post shared by Bongekile Simelane (@babes_wodumo) on

 - Daily Sun

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Sunny. Cool. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-16°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...