IZITHOMBE: Isiqalile ukukhishwa imiklomelo kuma-Saftas

2017-03-17 16:00

Cape Town – Umcimbi waminyaka yonke nongewesi-11 kulo nyaka wokuklomelisa ngezindondo imidlalo kanye nezinhlelo zikamabonakude, ama-South African Film and Television Awards (Saftas), usuqalile.

Kulo mcimbi kuklonyeliswa imidlalo kamabunakude, abalingisi, izinhlelo kanye nabethuli bezinhlelo abahamba phambili eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: UBonang useyiqinisekisile eyohlelo olusha ngempilo yakhe

Ingxenye yokuqala yalezi zindondo kuklonyeliswe ngayo ngoLwesine eSun City.

Zibonele ezinye zezithombe zabaklonyelisiwe lapha:

The winner for best youth programme at the #SAFTAs11 is @100percentyouth

A post shared by SAFTAs (@saftassa) on

The #SAFTAs11 winner for best post production editing - TV Comedy is Bantu Hour @thebantuhour

A post shared by SAFTAs (@saftassa) on

The winner for best achievement in scriptwriting -TV Drama is Louis Pretorius #boekklub

A post shared by SAFTAs (@saftassa) on

@katlegomaboe looking dapper on the red carpet at #SAFTAs11

A post shared by SAFTAs (@saftassa) on

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 18-25°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Numerous showers. Cloudy. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 18-22°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...