IZITHOMBE: Ingaphakathi lesitolo sikaCassper Nyovest

2017-05-02 11:03

Johannesburg – Sesize savulwa isitolo sezimpahla zokugqoka somculi wakuleli weHip hip, uCassper Nyovest, nesaziwa ngeFamily Tree, nokuyigama lenkampani yakhe.

OLUNYE UDABA: Asekhishiwe kuma-SAMA ama-music video amabili kaNasty C

Lesi sitolo siseNewtown, eGoli, kanti siyikhaya lezimpahla zalo mculi, okubalwa kuzo izikibha, amajezi anezigqoko (hoodies) kanye namakapisi. Ngokusho kukaCassper amajezi anezigqoko  adayiswa aphela ngosuku lokuqala.

Zibonele ezinye zezithombe zengaphakathi lesitolo sikaCassper.

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-13°C Mostly sunny. Cool. Pta: 16-29°C Showers early. High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C a few showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-18°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...