IZITHOMBE: Idonse amehlo abaningi ingubo kaSelbyonce abeyigqoke emcimbini

2017-07-17 19:29

Durban - Abantu bebebonakala bethokozile ngesikhathi befika eThekwini ngaphambi komcimbi osuneminyaka emihlanu wasungulwa amaSimon Mabhunu Sabela Awards.

Lo mcimbi ububanjelwe ePlayhouse ngoMgqibelo kanti uhlelo belushayelwa yintokazi engumculi uNandi Mngoma ibambisene nomsakazi ongaconsi phansi kubalandeli bakhe uSelby Mkhize woKhozi FM.

Uhlelo lukamabonakude oluyintandokazi iSibaya lushanele inqwaba yezindondo kulo mcimbini.

Buka nazi izithombe ngezansi:

">Channel24.

Lolu hlelo luqoqe izindondo ezingu-9 okubalwa kuzo neyeBest Actress ethathwe wuNomzamo Mbatha kanye neBest Actor ethathwe uSiyabonga Thwala.


<

Had so much of fun Hair @maninvestments Outfit @glamourmvulaz @embelesh on the face beat.

A post shared by Selby Mkhize (@thisisselby) on

/p>
>

Celebrating local artists! #SimonSabelaAwards2017

A post shared by KwaZulu-Natal Film Commission (@kwazulunatalfilm) on

Nalu uhlu lwabo bonke abawinile:

Best Director
Kundai Vera (Stranger Danger)

Lux Best Actress – TV
Nomzamo Mbatha

Best Actor – TV
Siyabonga Thwala

Best Supporting Actress – TV
Gcina Mkhize

Best Supporting Actor – TV
Andile Mxakaza

Lux Best Newcomer Actress - TV
Linda Mtoba

Best Student Film
Amandiya
Best Documentary – Feature
The Scar of Seven Day War

Best Documentary – Short
Durban Beach Rescue

Best of KZN Location
Inkinga Isibongo

Best IsiZulu Film
Buchitheke Bugayiwe

Best Screenplay
Umfelokazi  

Best Feature Film
Happiness is a Four-Letter Word

Best Wardrobe Design in a Feature Film
Happiness is a Four-Letter Word

Lux Best Newcomer Actress – Film
Ayanda Mngoma

Best Microbudget Film
Ikhaya Lami

Disability Award
Mthokozisi Ntshingila
Sithembele Ngema
Nomathemba Sithole
Gugu Sidaki

Special Discretionary Awards
Junaid Ahmed
Lwazi Manzi

Lifetime Achievement Award
Dr Mikhail Peppas

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 7-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-19°C Showers late. More sun than clouds. Cool. PE: 10-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...