IZITHOMBE: Bekugcwele osaziwayo, uwubukhazikhazi owokuzalwa kukaBonang Matheba

2017-07-10 09:31

Cape Town - Bebephume ngezinkani osaziwayo bakuleli emcimbini wokugujwa kosuka lokuzalwa komethuli wezinhlelo zikamabonakude ongaconsi phansi kuleli, uBonang Matheba, nalapho ebegubha khona iminyaka engu-30 yokuzalwa ngoMgqibelo ebusuku.

Izingubo ezinde ezihusha phansi kanye neziphuzo ezihlohlozayo bekungezinye zezinto ebezidla lubi kulo mcimbi obekugcwele kuwo abangani bakaBonang abadumile endaweni yabadla izambane likapondo eSummer Place, eHyde Park, eGoli.

OLUNYE UDABA: Kusolwa umona kuBonang owenze iphathi yakhe kuzalwa indodakazi yesoka

Phakathi kwabanye bosaziwayo abebehambele lo mcimbi kubalwa u-AKA (isoka likaBonang), uMaps Maponyane, uNomzamo Mbatha, uBasetsana Kumalo, uTshepi Vundla, uKhanyi Dhlomo kanye noTbo Touch, ukubala nje abambalwa.

Usingaye, uBonang, utheleke kulo mcimbi eshaye ingubo ende ehusha phansi e-pink, neyenziwe umsiki wengqephu ohlonishwayo kuleli, u Gert-Johan Coetzee, kanti ubephahlwe abadansi bomdanso i-ballet nabangaphansi kwenkampani iJoburg Ballet.

“Yonke into ibiqondile. Ubusuku obunje! Ngiyabonga Nkulunkulu. Ngiyabonga emndenini wami kanye nakubangani bami,” uBonang ubhale kanjalo ku-Instagram.

Zibonele ezinye zezithombe zalo mcimbi ngezansi: 

....thank you to my King! ???? #LasNight #My30th

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

#FabulousBirthdayGirlThings #Bonangs30th ??????????

A post shared by Khanyi Dhlomo (@khanyidhlomo) on

Issa Birthday party!!!! With ballerinas ??????

A post shared by Nomzamo Mbatha ???? (@nomzamo_m) on

Thank you @bonang_m for the amazing evening. What a beautiful birthday party ??????????

A post shared by Tshepi Vundla (@tshepivundla) on

....thank you @gertjohancoetzee for all you do for me. I love you! ???? #LasNight #My30th

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

....thank you to the Joburg Ballet for sharing this day with me... What a night!!! ???? #LasNight #My30th

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

What. A. Night!! ?? @blaq_smith ?????????? #LasNight #My30th

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

How did we end up with such beautiful women @nkulintsiki & @nandiqueen7 ? Tjeses!

A post shared by Tbo Touch (@iamtbotouch) on

....and thank you @precioustheplanner for making my dreams come true! ???? #LasNight #My30th

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

She definitely knows how to throw a great party. Thank you for a memorable night @bonang_m!?? ? #BonangTurns30

A post shared by Maps Maponyane (@mmaponyane) on

?????? #BonangTurns30

A post shared by Maps Maponyane (@mmaponyane) on

Dreamy ???? #BonangTurns30 ??: @orapelengmodutle

A post shared by P E A R L ?? M O D I A D I E (@pearlmodiadie) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-13°C Mostly sunny. Cool. Pta: 16-29°C Showers early. High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C a few showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-18°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...