IZITHOMBE: Abalandeli bathakasele izithombe zomlingisi egqoke i-bikini eThekwini

2017-08-14 19:29

Cape Town – Umlingisi wakuleli futhi osanda kubeletha, uNtando Duma, ufake ku-Instagram izithombe zakhe kanye nodadewabo bekwelinye lamabhishi aseMhlanga.

Lezi zithombe zafakwe ngeSonto nangoMsombuluko kanti sezivele sezithole ama-likes ayizinkulungwane. Kulezi zithombe, uNtando ubonakala egqoke i-bikini e-pink kanye neduku lasekhanda eliwumbala ofanayo.

OLUNYE UDABA:UMinnie noQuinton babonakale okokuqala emphakathini

Khonamanjalo, ubaba wengane kaNtando, uJunior De Rocka, ukhiphe ingoma eshiye abantu abaningi bengawuvali umlomo.

Zibonele lezi zithombe zikaNtando Duma ngezansi futhi uzizwele nengoma kababa wengane yakhe:

Durban you've been good???? Time to go back to JoHUSTLEburg!?

A post shared by Ms Ntando Fleekiswa Duma (@dumantando) on

???@dumathando

A post shared by Ms Ntando Fleekiswa Duma (@dumantando) on

Ukudla kwakho mntanam @sbahlemzizi ?????? Hair by @mq.hair

A post shared by Ms Ntando Fleekiswa Duma (@dumantando) on

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...