Ithi ayikathathi indodana kaPapa Penny 'ehlanyisa abaningi'

2017-03-17 16:01

Johannesburg - Uhlelo olungempilo yomculi wakuleli uPapa Penny, iPapa Penny Ahee, luba ngundabuzekwayo enkundleni yezokuxhumana iTwitter ngenxa yezitayela azenza ekhanda nendlela akhuluma ngayo isiNgisi, kodwa kulokhu kumayelana nelungu lomndeni asanda kuluveza ohlelweni olutshengisa njalo ngoLwesithathu ebusuku kuMzansi Magic.

Lo mculi ubenomcimbi wokumbulwa kwetshe abewenzela amalungu omndeni wakhe asadlula emhlabeni, kubalwa nobaba wakhe.

OLUNYE UDABA: UPenny Penny ubaphoxe kabi abathi isiNgisi sakhe "siphashile"

Linye kuphela ilungu lo mndeni eligqamile emehlweni ababukeli, okuyindodana kaPenny, uBafana Mdluli.

Isiqephu sangoLwesithathi ebusuku sifike ngesikhathi esikahle njengoba uMdluli edalule ukuthi akekho ahlekisana naye.

Lokhu ukudalule ngesikhathi ephendula abalandeli bakhe ezinkundleni zokuxhumana, njengoba bekunenhlokomo bethi sebethole "isithandwa esisha" esingase sithathe indawo kaMbuyiseni Ndlozi.

Ngeshwa, lolu swahla lwensizwa luthe lusathathe ikhefu emjolweni kulo nyaka.

IZITHOMBE: 

Handsome and single ??#priceless

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

New piece shout out @tazz_maniac

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

#mysundaystartedlikethis#nodaysoff#sexynessoverload#priceless

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

Hear me Lord ??#priceless

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

I've chosen to be happy... Embrace life #priceless

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

A young #Tbt #priceless

A post shared by Bafana Mdluli (@bafanamdluli) on

 - TheCitizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 13-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. PE: 12-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...