ISITHOMBE: UZodwa Wabantu usezitholele "ihhashi" lakhe elisha

2017-12-29 18:02

eThekwini - Intokazi edume ngokushaya iVosho ithathele ezinkundleni zokuxhumana ibonga uTira ngesipho sakhe esisha sha.

UZodwa Wabantu ufake isithombe semoto yohlobo lwe-Audi enkundleni u-Instagram.

Ngaphansi kwalesi sithombe ubhale ukuthi isikhokhelwe ngokuphelele futhi akakweleti ngisho indibilishi.

UBonga uDJ Tira ngokumeseka kukho konke.

- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...