ISITHOMBE: Usaziwayo uqinisekise amahlebezi okuthi ukhulelwe

2017-12-21 12:31

eMelika - UKhloe Kardashian useveze okukuqala ukuthi yena nesoka lakhe bazoba nengane yabo yokuqala ngo-2018.

Lo saziwayo ufake isithombe esakhe nesokalakhe bebambe isisu ezinkundleni zokuxhuman lapho ebhalele khona isoka umlayezo.

Le ntokazi ibhalele isoka layo umlayezo ibonga ngendlela ameseka ngayo selokhu baqala ukuthandana futhi wabona kuqina kakhulu lokhu njengoba esekhulelwe.

"Sekufezeke iphupho ali lakudala lokuba nengane. Kudala ngilindile ngizibuza, kodwa uNkulunkulu ubenezinhlelo zakhe sonke lesi sikhathi. Uyakwazi lokhu akwenzayo. Bekumele ngimethembe futhi ngimlinde. Kwesinye isikhathi angikholwa ukuthi uthando lwethu lozosilethela umphefumulo omusha," kubhala yena.

OLUNYE UDABA: Kushukume izinkundla zokuxhumana iDistruction Boyz ithola igolide

Isoka lakhe uTristan akazange apholise maseko ngoba uwuphendulile umlayezo wesithandwa sakhe laveza nokuthi bahlangana kanjani nokuthi bahlanganiswa wubani.

"Sthandwa sami, ngiyabonga ukuthi ungivumele ngibe yingxenye yaloluhambo futhi ngibe yingxenye yempilo yakho kusukela sihlangana ehhotela iBel Air.

Uqhubeke wathi ngiyajabula ukuthi mina nawe senze le ngelosi ngosizo lophezulu.

Lo mlisa uqhubeke wabonga uBrandon Jennings ngokubahlanganisa.

My greatest dream realized! We are having a baby! I had been waiting and wondering but God had a plan all along. He knew what He was doing. I simply had to trust in Him and be patient. I still at times can't believe that our love created life! Tristan, thank you for loving me the way that you do! Thank you for treating me like a Queen! Thank you for making me feel beautiful at all stages! Tristan, most of all, Thank you for making me a MOMMY!!! You have made this experience even more magical than I could have envisioned! I will never forget how wonderful you've been to me during this time! Thank you for making me so happy my love! Thank you to everyone for the love and positive vibes! I know we've been keeping this quiet but we wanted to enjoy this between our family and close friends as long as we could privately. To enjoy our first precious moments just us ?? Thank you all for understanding. I am so thankful, excited, nervous, eager, overjoyed and scared all in one! But it's the best bundle of feelings I've ever felt in my life! ??????

A post shared by Khloé (@khloekardashian) on

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Tstorms early. Morning clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-24°C Sunny. Mild. Bloem: 8-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-32°C Sunny. Hot. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...