ISITHOMBE: Umrepha wakuleli ufuye ushaka

2017-11-07 16:01

Johannesburg - Umrepha wakuleli uNasty C ogama lakhe lokuzalwa nguNsikayesizwe David Jr Ngcobo usefuye isilwane okungajwayelekile ukuba sifuywe ngabantu.

Lo mrepha ufake isithombe selesi silwane asesifuyile ezinkundleni zokuxhumana i-Instagram neTwitter.

OLUNYE UDABA: Umrepha wakuleli useduze nokusayina nenkampani kaJay Z

Lesi sithombe sifakwe kuTwitter sihambisana nombhalo othi "isilwane esisha sokubungaza iculo elithi Dance" kanti ku-Instagram ubhale ukuthi "isilwane esisha engisifuyile, sidinga ukwethiwa igama."

Abalandeli balokhu bephawule njalo ngalesi silwane bebuzana ukuthi kwenzenjani kanti abanye bamsiza ngegama lokwethwa isilwane sakhe asesifuyile.

 - Twitter:

 - Instagram:

New pet ?? She needs a name

A post shared by The Ivyson Tour (@nasty_csa) on

 - Daily Sun


- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-27°C Numerous showers. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 22-28°C Showers late. Haze. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...