ISITHOMBE: UDJ wodumo uthengele umamezala wakhe imoto yanokusho

2018-05-10 14:29

Johannesburg - UDJ wodumo eMzansi, uBlack Coffee, ogama lakhe lokuzalwa nguNkosinathi Maphumulo, okubikwa ukuthi uqhuba kahle, futhi muhle kakhulu nasephaketheni uthengele umamezala wakhe imoto kanokusho.

Lesi sihlabani sithengele umamezala waso uBongi Mlotshwa, imoto entsha sha yohlobo lwe-Merxcedes Benz GLC SUV.

UMlotshwa, ufake isithombe semoto yohlobo lweMercedes Benz yakhe entsha enkundleni yezokuxhumana, i-Instagram.

"Umkhwenyana wami ungimangaze ngemoto namuhla ngakhala mi izinyembezi. USuku loMama lusheshe lwafikakimi, Ngiyabonga Mashimane," kubhala umamezala kaBlack Coffee.

 - Instagram:

 - Daily Sun

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...