ISITHOMBE: Kudala ayefuna ukuba kulo mkhakha uBabes Wodumo

2018-01-05 12:27

Johannesburg - Kubukeka sengathi kudala sasifuna ukuba emkhakheni wezokujabulisa isihlabani somculo weGqom, uBabes Wodumo.

UBabes Wodumo ogama lakhe lokuzalwa nguBongekile Simelane wodumo lweculo elithi Wololo wayeneminyaka engu-17 ubudala ngesikhathi ecabanga ukungena konobuhle.

OLUNYE UDABA:Angeke aphinde amthole - Babes Wodumo

Kodwa kunalokho wavele waphenduka intando yeningi ngeculo iWololo alicula noMampintsha.

UBabes Wodumo ufake isithombe sakhe enkundleni yezokuxhumana iTwitter etshengisa abalandeli bakhe ukuthi ukuba kulo mkhakha akuwo yinto ayeyifuna kwasekukhuleni kwakhe.


 - Twitter:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-24°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...