ISITHOMBE: Kuboshwe owengoma yodumo, iShumaya

2016-12-19 14:32

Cape Town – Intokazi yengoma eyayishisa izikhotha ngonyaka ka-2015, uZinhle Ngidi, isiboshiwe kanti kubikwa ukuthi igcinwe ezitokisini kuyimanje.

Lo mculi ubhale enkundleni yezokuxhumana, iTwitter, ukuthi uboshwe amaphoyisa amasipala nawasole ngokuthi aqale amshaya ngaphambi kokuba ambophe.

OLUNYE UDABA: Ithwele kanzima iDbn Nyts

Uphinde wasola iphoyisa ngokuthi “liphushe” umama wakhe.

IDaily Sun ishicilele isithombe esikhethekile salo mculi kanye nendawo aboshelwe kuyona.

IMIFANEKISO:

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-27°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-23°C Rain early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-27°C Rain late. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 16-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...