ISITHOMBE: Halala! UMalema ubusiswe ngenye indodana

2018-02-07 16:02

eGoli - NgoLwesithathu ekuseni, umholi we-Economic Freedom Fighters uqinisekise ukuthi umkakhe usebelethe ingane yomfana.

UMalema ubabele enkundleni yezokuxhumana u-Instagram wahalalisela umkakhe ngokumtholela indodana, futhi.

OLUNYE UDABA:Kuvuke isikhwele intombi ka-Arthur isola ukuthi ujola noChomee

Indodana kaMalema esanda kuzalwa igama layo nguKopano.

Ngo-2016 laba bashadikazi bathola indodana yabo yokuqala ndawonye ogama layo nguMunzhedzi.

UMalema unenye indodana ayithola ngaphambi komshado wakhe noMantoa, uRatanang.

Izilokotho ezinhle kuTwitter:

- Times Live

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...