Iphinde yabusiswa ngendodana iDrum Boss

2016-12-21 14:30

Johannesburg - Uphinde wabusiswa ngendodana uDJ wodumo ophinde abenguphrojusa, uHeavy K, ngoLwesibili.

Lo DJ odume ngelikaDrum Boss ubhale enkundleni yezokuxhumana ngokuzalwa kwendodana yakhe benengoduso yakhe u-Innocentia Morolong.

OLUNYE UDABA: Lindela uju lwengoma kaHeavy K noRiky Rick

"UNkulunkulu usephinde wangethemba ngenye ingelosi yakhe, namuhla kuzalwa umfana wami "uYuri". Amazwi awenele ukuchaza indlela engizizwa ngayo nje ngamanje," kubhala uHeavy K ngaphansi kwesithombe sesandla sengane yakhe.

Okubhalwe ku-Instagram:

Wifey Thank You So Much for Carrying this little handsome man for me, I'm forever grateful???

A photo posted by HEAVY-K THE DRUMBOSS (@heavykdrumboss) on

 - Daily Sun

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...