Indodana kaShakes Mashaba ikweleta owawina iLotto imali

2017-05-07 12:01

Johannesburg - Indodana kalowo owayeqeqesha iBafana Bafana uShakes Mashaba yaboleka imali engu-R4.6million kuloyo owawina iLotto yahluleka ukuyikhokha.

UDavid Mokoatsi, 48, owawina imali engu-R23 million ngo-2015, uthi wazifaka enkingeni ngokuboleka uJabu imali engu-R4.6milloion ngoba efuna ukuhlenga ibhizinisi lakhe.

OLUNYE UDABA:Usikhokhe sekukubi isikweletu uLinda Sibiya - Umbiko

UMokoatse othe njengamanje akanalutho ephaketheni ngemuva kokuba umzalwane akhonza naye uJabu ehlulekile ukumkhokhela, uthi udaba uselufake enkantolo ukuze ezokhokheleka imali yakhe.


 - Sunday World

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-34°C High level clouds. Extremely hot.
Jhb: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-30°C More sun than clouds. Warm. PE: 21-27°C More sun than clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...