Buka: UZodwa Wabantu elwa nomlandeli, wamukhipha i-wig ekhanda

2018-04-03 19:30

Johannesburg - UZodwa Wabantu uyazazi ukuthi akathandwa yiwo wonke umuntu, kodwa nakuba kunjalo lokho akuzange kumvimbe ekutheni azibuyiselele ngesikhathi owesifazane emthela ngesiphuzo ngesikhathi enandisa eMoriting Park eTembisa.

UZodwa ukhiphe lo wesifazane izinwele abezifake ekhanda wamuchapha nangenhlamba.

Ivideo etshengisa uZodwa elwisana nalo wesifazane isizungeze ezinkundleni zokuxhumana, abanye abalandeli bethi udlame alusiyo isisombululo kunoma yisiphi isimo.


 - Buka iVideo:

 - TshisaLive

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...