BUKA: Umlingisi wakuleli ubonakale ohlelweni lwaphesheya

2017-12-04 12:34

EGoli - Umlingisi wakuleli uMaggie Benedict uthokozise abalandeli bakhe ngesikhathi bembona emdlalweni kamabonakude waphesheya.

Le ntokazi, eyaduma idlala indawo ka-Akhona kwiGenerations, ibonakale ohlelweni lwaseMelika i-The Good Doctor

Lo mlingisi ufake isiqeshana salo mdlalo ezinkundleni zokuxhumana ebonisa abalandeli bakhe enza adume ngazo kulo mdlalo waphesheya.

Omunye usaziwayo ozobunakala ohlelweni lwaphesheya yintokazi yakwaZulu-Natal uPearl Thusi.

UThusi ubeqopha ifilimu iScorpion King: Book of Souls. Kule filimu uThusi udlala indawo kaTala oyinkasazane yenkosi.

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. Pta: 16-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-32°C Sunny. Warm. PE: 19-25°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...