BUKA: UCassper Nyovest uzovula isitolo sokuqala eGoli

2017-04-19 11:02

Cape Town – Umculi wakuleli weHip hop, uCassper Nyovest, kulindekele ukuthi avule isitolo sokuqala esizodayisa izimpahla zenkampani yakhe, iFamily Tree, eNewtown, eGoli.

Lesi sitolo kulindeleke ukuthi sivulwe ngoLwesine mhlaka-27 ku-Ephreli.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Ngabe usethenjiswe umshado uBabes Wodumo?

Lo mrepha ufake isiqeshana esincane se-video enkundleni yezokuxhumana etshengisa abasebenzi bakhe belungiselela ukuthi kuvulwe iminyango yalesi sitolo nalapho abangani bakhe abesendimeni yezomculo, uDJ Black Coffee kanye noRiky Rick nabo beye babhala imibhalo bezwakalisa ukumeseka.

Zibonele isiqeshana se-video yalesi sitolo kanjalo namalungiselelo okuvulwa kwaso: 

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Cool. Bloem: -1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-20°C Morning clouds. Cool. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...