BUKA: UCassper eshelela esiteji esanandisa

2017-04-10 19:29

Cape Town – Isilomo somculi wakuleli weHip hop, uCassper Nyovest, ushibilike wavuka phansi ngesikhathi esandandisa esiteji emcimbini weNickFest ngoMgqibelo.

Lo mculi uwe wavuka phansi ngesikhathi enandisa ingoma yakhe esihloko sithi Jump e-uShaka Marine World, eThekwini.

OLUNYE UDABA: U-iFani uthi “udoti” ingoma kaCassper entsha

Kodwa-ke lo mrepha ukwazile ukuqhubeka nokuvuka azithathe ngokushesha maqede waqhubeka nokunandisa sengathi akwenzekanga lutho.

Zibolele i-video yalesi sigameko lapha:

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Mostly sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-17°C Sunny. Mild. Bloem: -1-14°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-16°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...