BUKA: UBonang nezinwele zendalo futhi engayifakile ne-make up

2017-07-13 12:29

Cape Town – Usaziwayo wakuleli ongumethuli wezinhlelo kumabonakude, uBonang Matheba, ubonakale kwi-video ebukeka ngendlela engajwayelekile kunale asejwayeleke ukubonakala eyoyona.

Abasiki bengqephu uQuiteria kanye noGeorge bafake enkundleni yezokuxhumana i-video kaQueen B  egqoke ingubo ende emdedelayo kwesingezansi futhi engazipendile ubuso (make up) njengokujwayelekile nethathwe ngesikhathi elinganisa ingubo.

OLUNYE UDABA: BUKA: Ongakulindela ohlelweni olusha losaziwayo lukaKhanyi Mbau kuSABC

Kubukeka sengathi le video yathathwa ngaphambi nje komcimbi waminyaka yonke iVodacom Durban July obuseThekwini njengoba lo saziwayo ebonakala egqoke ingubo e-peach nayeyigqoke ephathini ye-Courvoisier Yacht eThekwini.

Zibonele le-video kaBonang kanye nesithombe esesephathini ngezansi.

CRUSHING on @bonang_m ?????? ????????#wcw #MOOD #quiteriaandgeorge #upcomingcollection #newcollection #newcollectioncomingsoon

A post shared by Quiteria & George (@quiteria_george) on

???????????? #CelebrateYourMoments #passthecourvoisier ?? @written_digital_photography

A post shared by Bonang Matheba (@bonang_m) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Scattered showers. Clearing skies. Cool. Pta: 13-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...