BUKA: UBlack Coffee ezipholele noPharrell

2017-11-30 16:01

Cape Town – U-DJ waseNingizimu Afrika osezakhele udumo umhlaba wonke, uNkosinathi Maphumulo, odume ngelikaDJ Black Coffee, ubeseMelika kuleli sonto esebenzisana nezihlabani zomhlaba.

Lo saziwayo ubonakale nabanye ozakwabo baphesheya kwezilwandle okubalwa kubo uPharrell Williams abonakale naye eLos Angeles ngaphambi kokubuyela eGoli.

UBlack Coffee ufake izithombe enkundleni yezokuxhumana u-Instagram ebonisa ngohambo lwakhe. Kwezinye izithombe ubonakala nomculi u-Alicia Keys.

Buka i-video kaBlack Coffee ese-studio noPharrell: 

Beautiful Vibes in Studio with one of the Realest @pharrell yesterday....Africa is the Future ????????????????????

A post shared by Black Coffee (@realblackcoffee) on

UBlack Coffee uphinde wamemezela ukuthi uzobe enandisa kwiSonar Festival eBarcelona. Le ndumezulu izobanjwa ngoJuni wonyaka ozayo. 

Excited to be joining the lineup for @Sonarfestival in 2018! #Sonar25

A post shared by Black Coffee (@realblackcoffee) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Sunny. Cool. Pta: 16-30°C Showers early. Scattered clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-23°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 14-20°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...