BUKA: UBabes Wodumo usesike unyanyavu lwemoto

2018-01-09 19:28

eGoli -  Kucacile ukuthi ukusebenza ngokuzikhandla kuzala impumelelo, njengoba kwenzekile naku-Babes Wodumo.

Le-Gqom Queen isizithengele unyanyavu lwe-Audi S3 emhlophe qwa.

Le ntokazi ifake i-video ezinkundleni zokuxhumana iveza le moto futhi eyongena kule moto.

Le ntokazi ibibhukhwe amaholidi wonke, yingakho ekwazile ukuzithengela lesi sipho esihle kangaka.


Look at god ??‍?????? @officialniniola pic.twitter.com/LpIx9ah2Kt

— Bongekile simelane (@BABESWODUMO) January 8, 2018 p>

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...