BUKA: UBabes Wodumo enza adume ngazo enoCassper noMampintsha

2017-02-02 11:31

Cape Town – Intokazi engumculi neyazakhela udumo ngomdanso, uBabes Wodumo, usehlanganyele nomrepha uCassper Nyovest kanye nomculi weKwaito, uMampintsha, kwi-music video yakhe entsha.

Le video yashuthelwa emigwaqeni waseThekwini kanti ingeyengoma esihloko sithi Family.

OLUNYE UDABA: Abazalwane bakhala ngoBabes Wodumo ongasalubhadi esontweni

I-video yale ngoma ikhishwe ngoLwesibili kanti kuyo kubonakala uBabes enza adume ngazo.

Kwenye ingxenye yale video uBabes uphinde abonakale esegqoke izimpahla zelebuli kaCassper.

Buka i-video lapha:

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 11-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...