BUKA: U-AKA 'elwa' ngaphandle kwe-iRock Music Festival

2016-09-27 14:30

Cape Town – Sekuputshuke i-video okusolakala ukuthi kubonakala kuyo u-AKA elwa ngaphandle kwasePolokwane Rugby Stadium.

Lokhu kulandela ukubikwa kwesigameko lapho uDJ Black Coffee eshaye khona imenenja yalo mculi ngempelasonto.

UDJ Black Coffee kubikwa ukuthi ushaye imenenja ka-AKA kwi-iRock Music Festival, eLimpopo, ngoMgqibelo kubangwa indaba yokunandisa.

Lo DJ ube esexolisa kulandela lesi sigameko, wathi uyazisola kakhulu ngaso.

Buka nansi i-video ngezansi okukholakala ukuthi itshengisa u-AKA (ogqoke izingubo ezimhlophe) elwa nomuntu okukholakala ukuthi ngumgqugquzeli walo mcimbi.

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...