BUKA: Osaziwayo bakuleli nezimoto zabo

2017-08-19 09:49

Durban - Osaziwayo baziwa kakhulu ngokuhamba ngezimoto eziseqophelweni eliphezulu.

Esikhathini esiningi akubi yizimoto zabo, kodwa izinkampani zezimoto ziyaye zikhangise izimoto ngokusebenzisa bona.

Izinkampani ziyazi ukuthi osaziwayo banenqwaba yabalandeli ababahloniphayo nababathandayo, yingakho bavame ukusebenzisa bona ukubonakalisa imikhiqizo yabo emisha.

OLUNYE UDABA:Lithenge izimoto ezintsha ceke iGcokama Elisha

Osaziwayo nabo bathi bayathanda ukusebenzisana nezinkampani ezikhiqiza lokho okuthandwa yibona.

Bathi lokhu yikona okwenza bahlonishwe futhi bazibone besezingeni elikhulu.

Naba osaziwayo abambalwa kanye nezimoto zabo:


Beast vs Beast ??#Fordperformance#Roush#Mustang

A post shared by Beast (@tendaimtawarira) on

It's been an amazing week! #iamvorsprung #BlessUp ???? ?? @gabimbele

A post shared by Nomzamo Mbatha ???? (@nomzamo_m) on

Aunticle duties

A post shared by Somizi (@somizi) on

- Wheels24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...