Buka: Isiqalile inkonzo yomngcwabo ka-Akhumzi Jezile

2018-05-05 09:34

Johannesburg - Inkonzo yomngcwabo womlingisi nomethuli wezinhlelo u-Akhumzi Jezile isiqalile eRandburg, eGoli.

U-Akhumzi, 29, owayengumethuli wezinhlelo zezingane iYoTv ushone engozini yemoto ku-N6 eduzane naseQueenstown elibangise e-Eastern Cape ngempelasonto edlule.

OLUNYE UDABA:Umndeni ka-Akhumzi Jezile usuqalile ukwenza amalungiselelo omngcwabo

Kulesi sigameko okwashona kuso abantu abahlanu kubalwa nabanye osaziwayo ababili.

Buka:

 - Twitter:

 - SABC

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...