BUKA: Bezibuya ephathini ye-album entsha kaCassper Nyovest

2017-05-09 09:30

Cape Town – Isihlabani somrepha wakuleli, uCassper Nyovest, wenze iphathi yokukhishwa kwe-album yakhe entsha (esihloko sithi Thuto), ngeSonto, eZone Six, eSoweto.

Le-album ikhishwe ngoLwesihlanu kanti akuphelanga sikhathi esingakanani yabe isihleli esicongweni kuma-iTunes alapha eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: Injabulo kumenyezelwa usuku lwe-albhamu entsha kaCassper Nyovest

Ephathini yokukhishwa kwale album kaCassper bekuboshelwe abaculi abadumile phakathi kwabanye okubalwa iMajor League kanye noRiky Rick.

Abalandeli baNyovest nabo bebephume ngobuningi babo kule phathi nalapho bephinde baziqophela, phakathi kokunye isigameko lapho lo mculi egxumele khona kubalandali esuka esiteji.

Zibonele eminye yemifanekiso yobekwenzeka kule phathi lapha ngezansi:

Had to faka this in colour for the last part. New-new from @rikyrickworld ?????? || #thutoalbumreleaseparty

A post shared by Dj MasstaShane (@dj_masstashane) on

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-13°C Mostly sunny. Cool. Pta: 16-29°C Showers early. High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C a few showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-18°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...