Buka: Bekushaywa amaWololo eNumbi Spin City

2017-04-10 19:29

Mpumalanga - Ubusezingeni elikhulu kakulu izinga lomcimbi waminyaka yonke iNumbi Spin City eMpumalanga njengoba bekuboshelwe nabaculi abafana noBabes Wodumo.

Lapha bekuhlanganyele inqwaba yabantu abathanda ukubukela abashayeli bamagusheshe benza lokhu abadume ngakho ukuze kubonakale inkunzi yokushaya is'dudla.

Lo mcimbi ubuhanjelwe yizinkunzi ezidume ngokushaya isidudla kukhona noSam Sam osanda kuwina umncintiswano we-So you think you can Spin, obudlala kumabonakude.

Ubumnandi bebuhamba phambili kukhona nentokazi yamaWololo uBabes Wodumo.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-16°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...