Balivale ngobumnandi iPhasika abazifela ngabo eThekwini

2017-04-17 13:59

Durban - Bakhethe ukulivala ngobumnandi iPhasika abathandi bobumnandi eThekwini njengoba bekuqhubeka umcimbi odume nge-Durban Picnic.

Sekungokwesithathu kulo nyaka lo mcimbi uqhubeka eMoses Mabhida People's Park eThekwini.

Lo mcimbi ubukeka ukhula minyaka yonke futhi uba sezingeni eliphezulu, abantu befika kuwo ngobuningi babo beyozijabulisa.

Abebenandisa kulo mcimbi ngumrepha ongaconsi phansi osematheni uKing fo Kotini, uRicky Rick obebhekwe ngabomvu. Abanye abebenandisa ngumrepha uKwesta, uCaspper Nyovest, u-OkMalumcoolkat  noProfessor kanye nabanye abaningi.

IZITHOMBE:

Image may contain: one or more people and outdoor

Image may contain: one or more people, people playing sports, sky, grass and outdoor

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Passing showers. Partly cloudy. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...