Ayaqina amahlebezi wokuthi umsakazi woKhozi uyoganela esithenjini

2017-12-10 12:02

eThekwini - Intokazi esakaza umculo kacothoza emsakazweni uKhozi FM uZimiphi ‘Zimdollar’ Biyela kukholakala ukuthi uyoganela esithenjini.

Ngokubika kwephephandaba iSolezwe, le ntokazi isemathandweni nosomabhizinisi uMzwandile ‘MG’ Zondi kanti kubikwa ukuthi useze wathulwa nasemndinini walo somabhizinisi.

Kuthiwa unkosikazi kaZondi usemamukele lo msakazi niengoba kuthiwa wayehleli naye kushoniwe kwaZondi e-Mt Elias, KwaMaphumulo, ngaseMtulwa.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...