'Angikazi ngisole uMbuli ngokukhwabanisa amafa kaMandoza'

2016-10-18 15:59

Johannesburg - Umndeni kaMandoza usucele labo abathi uMzwakhe Mbuli wazama ukukhwabanisa amafa akhe beze ngaphambili nobufakazi.

Unkosikazi kaMandoza, uMpho Tshabalala, usegxeke imibiko ethi uxoshe obeyimenenja yomyeni wakhe, uKevin Ntaopane, ngemuva kwezinsolo zokuthi yena noMbuli bazame ukukhwabanisa amafa omyeni wakhe.

Funda nalolu daba:  Uhlengwe ngampahoyisa obehamba ngeyesele

Umndeni kaTshabalala ubenesithangami sabezindaba ngoLwesibili lapho uphike khona imibiko yokukhwabanisa ethinta laba bobabili.

Empeleni uMpho uthe akazi nokuthi imibiko ibimayelana nani, kubika iThe Citizen.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uyashiya kwi-RGB umsakazi

2017-07-25 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-18°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...