Alokhu egeleze njalo awenduduzo ngokudlula emhlabeni kukaRay Phiri

2017-07-12 09:35

Johannesburg – Abalandeli bababele ezinkundleni zokuxhumana ukukhumbula inkakha yomculi we-jazz yakuleli, uRay Phiri, kulandela ukuvela kwezindaba zokudlula kwakhe emhlabeni ngoLwesithathu.

UPhiri, obeneminyaka engu-70 ubudala, ubexinwe bwumdlavuza wamaphaphu kanti ubesanda kungeniswa esibhedlela esiseNelspruit njengoba kugcine kumenele.

Abantu abaningi bazwakalise ukuthi uPhiri ubelapha ngomculo wakhe aphinde akhuthaze abasuke sebephelelwe yithemba.

Omunye umlandelui ubhale wathi: “Uwile umuthi omkhulu.”

Buka nansi eminye imibhalo kaTwitter abalandeli bevalelisa le nkakha.

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Scattered showers. Clearing skies. Cool. Pta: 13-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...