Zizoqina ezokuphepha eNu Metro

2012-07-25 16:45
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Izikhulu emabhayisikobho akwaNu Metro kulo lonke izwe zithi zizoqina kakhulu ezokuphepha emabhayisikobho ukugwema izigameko ezifuxe leso esenzeke eMelika ngesonto eledlule.

"Ngemuva kwesehlakalo esinyantisayo esenzeke eMelika sibone kufanele siqinise ezokuphepha emabhayisikobho ethu iNingizimu Afrika yonke," kusho isikhulu esiphezulu uMark Harris.

UHarris uthe ukubulawa kwabantu abangu-12 abadutshulwa bebuka ifilimu kaBatman e-Aurora, kwaba yisehlakalo esingajwayelekile futhi esaba yibhadi.

"Amabhayisikobho yizindawo zokujabula, amakhasimende ethu aphephile futhi azoqhubeka nokuphepha."

UHarris uthe inkampani iNu Metro Cinemas ikhalisa imindeni yonke elahlekelwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...