Zizobe zidlana imilala kumaSama
2012-04-26 10:04
Johannesburg - Abaculi abancane bazibonakalisile kuleli ngokukwazi ukuqokelwa emikhakheni ehlukene kumaSouth African Music Awards, kodwa abafuni ukudalula izimfihlo zalo mcimbi, kubika iSowetan.
Lo mcimbi uzoba ngoMsombuluko eSun City Superbowl.
UZahara uzihola zonke ngokuqokelwa emikhakheni eyisikhombisa, kanti uthi usakujabulela ukuba yintandokazi yabaningi.
"Bengijabule kakhulu. Bengingakholwa ukuthi yimina ngibususeke kakhulu.
Abanye abaculi abasha abavelele yiqembu iMi Casa eqokwe kayisihlanu kanjalo nomrepha uNtokozo Zakwe.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
- NMC