Video: USomizi nemiphumela ye-pregnancy test

2015-06-10 13:29

Johannesburg - Isihlabani somculi nesiphinde sibengumlingisi, uSomizi Mhlongo, ungene enkundleni yozokuxhumana u-Instagram wafaka i-video enemiphumela yokuhlolelwa ukukhulelwa.

Nakuba kwazeka ukuthi ubengeke vele akhulelwe, uSomizi uthi lokhu ukwenze ngoba efuna ukukhombisa abantu ukuthi amahlebezi okuthi ukhulelwe awalona iqiniso.

Funda nalolu daba: Uyaziphendulela obizwe ngesidudla ohlelweni lokujola

Buka i-video ngezansi ubone umphumela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- Times Live

Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...