Uza kuleli uJustin Bieber

2012-11-22 14:02

Cape Town - Umculi wodumo noseke waziqoqela inqwaba yezindondo uJustin Bieber kulindeleke ukuthi atheleke eNingizimu Afrika ngonyaka ka-2013, uhlelelwe ukuthi acule emakhonsathini amabili kuphela, kubika iphephandaba iDie Burger.

Ngokusho kwephephandaba uJustin van Wyk wenkampani ehlela imicimbi iBig Concerts, upotshoze izindaba zokuza kukaBieber kuleli, ngesikhathi ekhuluma emcimbini obubanjelwe eMount Nelson Hotel, eKapa ngoLwesine.

UVan Wyk uthe okwamanje angeke akwazi ukuqinisekisa izinsuku uBieber azocula ngazo, nokho uthe amakhonsathi azokuba seKapa naseGoli kuphela.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. Pta: 10-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-29°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-25°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...