Useyisifundiswa umrepha waphesheya

2015-05-12 16:00

Chicago - Umrepha waphesheya kwezilwandle uKanye West uthweswe iziqu esikoleni semfundo ephakekeme iPrestigious School of the Art Institute of Chicago ngoMsombuluko.

UKanye West ubeqhaqhazela ngesikhathi amukela iziqu zakhe ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Usengumphrofethi umrepha weSkwatta Kamp

Lo mrepha, 37, utshele abafundi abangu-900 kulesi sikhungo ukuthi  angeke esabadinga ngoba usezokwazi ukuzikhulumela ngento ayaziyo futhi ayifundele, kubika iTimes Live.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 15-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-31°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-31°C Afternoon clouds. Warm. PE: 21-27°C More clouds than sun. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...