Usengumphrofethi umrepha weSkwatta Kamp

2015-05-06 14:35

Johannesburg - Omunye womrepha beSkwatta Kamp uNkosana Nkosi owaziwa ngelikaBozza usebuyile ngemuva kokunyamalala isikhashana.

Ngokusho kwabeSowetan lo mrepha, 35, ubesaye ukyozilungiselela ukuba ngumphrofethi.

ISowetan ibike ukuthi lo mrepha ukwenze konke okufanele abaphrofethi bakwenze ngaphambi kokuba ngumphrofethi.

OLUNYE UDABA: Sekuvumbuke umprofethi othi welapha i-HIV

UBozza uzwakale ethi ubenzile umsebenzi ngonyaka ophelile okuyingakho ebengabonakali.

UBozza usezoba ngumethuli wohlelo iBig Up kumabonakude ku-SABC 1 engena esikhaleni sikaWright Ngubeni, kubika iDrum.

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...