Umculi weTeargas usejele

2012-12-18 08:16

Johannesburg - Umculi we-hip hop, uNtokozo Mdluli, nocula ngaphansi kweqembu iTeargas, kuthiwa uthothoza esitokisini ejele laseMpumalanga kulandela ukuphula imithetho yomgwaqo.

UMdluli uboshwe ngempelasonto ngemuva kokuhluleka ukuveza izincwadi zokushayela.

ISowetan ithi uMdluli ubeshayela edolobheni ePiet Retief esendleleni eya emcimbini ngesikhathi emiswa ngamaphoyisa.

Okhulumela uMnyango wezokuPhepha koMphakathi eMpumalanga uJoseph Mabuza, ukuqinisekisile ukuboshwa kukaMdluli ngoLwesihlanu ebusuku.

Akutholakalanga ukuphawula okuvela kwabamele umsolwa, kodwa uTwitter kaMdluli utshengisa ukuthi ubeseThekwini ngempelasonto.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Umculi uduba ukuba umuntu omnyama

Emizuzwini eyi-18 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...