UWhitney wabulawa ukugwiliza - Umbiko

2012-03-23 10:01

New York - Umbiko wezikhulu zikahulumen usudalule ukuthi isihlabani somculo uWhitney Houston wabulawa "wukugwiliza ngephutha" kubhavu wokugeza eLos Angeles ngenyanga eyedlule, kubika iSky News.

Le miphumela iphinde yatshengisa ukuthi uHouston ubesebenzisa izidakamizwa zohlobo lwe-cocaine.

Lokhu, kanye nesifo senhliziyo, kwaba nomthelela ekufeni kwakhe.

Lo mzwilili, 48, watholakala kubhavu ehhotela iBeverly Hilton ngosuku olwandulela umcimbi wamaGrammy Awards.

Umndeni kaWhitney Houston nezihlobo bathi basazama ukwetshisa lo mbiko.

Owehhovisi likahulumeni, uCraig Harvey, uthe lo mbiko utshengisa ukuthi umufi wasebenzisa i-cocaine ngaphambi kokuthi ashone.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Asimdeli u'Mgqumeni'

2014-10-24 17:33
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...