USephuma ushaye into ephakeme kulokhu

2011-07-05 08:36

Johannesburg - Umzwilili, uJudith Sephuma, wethule ngokusemthethweni i-albhamu yakhe entsha esihloko sithi I Am a Living Testimony eTheatre of Marcellus, Emperors Palace, ngoLwesihlanu ebusuku, nalapho bekudlalwa amaculo akhe amadala kanjalo namasha, kubika iphephandaba iSowetan.

Lo mcimbi, ohehe izethameli eziningi, ubuhlelwe ngokuhlanganyela nesiteshi somsakazo iKaya FM.

USephuma ukwazile ukugcina abathandi bomculo wakhe begxile kuyena ngenxa yendlela abecula aphinde anandise ngayo.

Le albhamu entsha izobathokozisa impela labo asebehambe noSephuma kule minyaka eyishumi ecula i-Afro-jazz.

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C More clouds than sun. Cool. PE: 10-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...